Jump to content

Ikhasi Elikhulu

Kubuya ku Wikipedia
Siyakwamukela kuWikiphidiya yesiZulu,
Umthombo obalulekile ongahlelwa yiwo wonke umuntu.
Manje, sekunezilotshwa eziyizi- 13,011 ngesiZulu. Masiqale!

Isibhalwa esiqhakanjiswayo

IsiBheqe soHlamvu, esaziwa ngokuthi Ditema tsa Dinoko ngesiSotho, sibuye sibizwe ngokuthi Xifungho xa Manungu ngesiTsonga, nangokuthi Vhuga ha Madungo ngesiVenḓa, siyindlela yokuloba esekelwe emalungeni edalelwe ukusetsenziswa ezilimini zesintu. Le ndlela yokuloba idalwe kususelwa emkhubeni yokudweba yaseNingizimu Afrika, ehlanganisa nokudweba izindima eLesotho, ukudweba okubizwa ukugwala ngesiNdebele, nezinye izindlela zokudweba ngezimpawu, ezifana nokubhala incwadi ngobuhlalu, wakhe lokho okubizwa ngamabheqe ngesiZulu. Bona okwengeziwe...

Ingabe bewazi ukuthi...

...UMdlavuza uyiqembu lezifo ezenzeka lapho amangqamuzana omzimba eqala ukukhula ngokweqile futhi engalawuleki. La mangqamuzana angakhula enze isigaxa (tumour) noma asabalalele kwezinye izingxenye zomzimba. Kunezinhlobo zomdlavuza ezingaphezu kwekhulu ezaziwayo ?

...Ukhetho lomasipala laseNingizimu Afrika lowezi-2026 luzobanjwa mhla zi-4 kuNovemba wezi-2026 kulo lonke elaseNingizimu Afrika, ukuze kukhethwe izibonda zazo zonke izifunda, omasipalakazi, nomasipala bendawo kuzo zonke izifundazwe eziyisishiyagalolunye zezwe.

Amaqiniso...

Izinsuku ezili-16 zokulwisana nodlame lobulili umkhankaso wamazwe omhlaba ofuna ukuqwashisa ngenhlekelele yomhlaba wonke yodlame olubhekiswe kwabesifazane namantombazane. Lo mkhankaso uqhutshwa minyaka yonke kusukela zingama-25 November, okunguSuku Lamazwe Omhlaba Lokuqeda Udlame olubhekiswe Kwabesifazane, kuya ngosuku lwe-10 Disemba, okunguSuku Lwamalungelo Abantu. Lo mkhankaso wasungulwa ngokusemthethweni ngowe-1991 ngabasekeli abahambele i-Women's Global Leadership Institute (WGLI) yokuqala, eyayiphethwe yi-Center for Women's Global Leadership (CWGL), eNew Jersey. (okwengeziwe...)

Izibhalwa ngokwezihloko

Amazwe: iAngola - iButswana - iZimbabwe - iNamibhiya - iMozambiki - iKongo - Eswatini - iZambia - iRashiya - iJalimani - iNgilandi - iFulansi - iSpaniya - iMelika - iKhanada - iMekisiko - iShayina - iTheki - i-Ostreliya - iNyuzilandi

Izilimi: isiZulu - isiNgisi - isiJalimani - isiSpeyini - IsiKhathalani - isiTaliya - IsiShayina - IsiJaphani - IsiRashiya - IsiHebheru - isiBhunu - isiXhosa - isiSuthu - Isi-Arabhu

IZilo zaKwaZulu: ISilo uShaka - ISilo uDingane - ISilo uMpande - ISilo uCetshwayo - iSilo uDinizulu - ISilo uSolomoni - ISilo uBhekuzulu - ISilo uZwelithini - ISilo uMisuzulu

Amaholide: Usuku lwenkululeko - Usuku Lwabasebenzi - Ukhisimuzi - Usuku lwabesifazane - Usuku lwaMalungelo Esintu - Usuku lwephasika

Imidlalo: Umbhoxo - Ibhola lezinyawo - Iqakamba - Isibhakela - Umnqakiswano

Izilwane: Inhlanzi - Iziququdi - IsiNcelisi - Iselesele - Indlulamithi - ibhubesi - inyamazane - inkomazi - izimvu - inkalankala

Imizulane: UMhlaba - uNomjubane - uNokhwezi - uNotshezi - uNolundwa - uNomaxhama - uNomakhekheba - uNogxada - uNohunga - uNomadwala

Ukudla: utamatisi - Amazambane - uphuthu - amaqanda - inyama - isinkwa - ubisi - Ushukela - ubhanana

Imvelo: intaba - umfula - ulwandle - impophoma - ichibi - iqhwa - amanzi - Insungubezi - Amafu -Umoyambulunga

Izinhlwa: igolide - isiliva - ibhulonze - insimbi - umthofu - IsAlumbe - IKhazi - IHwanzi - UmThanya - INihwe

Ubuchwepheshe: amahlelokusebenza - umakhalekhukhwini - Indizamkhathi - IsiCikizi - IsiThununu - Isiqavithi - UHlakahlisombulu - Indongoyi

Izithombe eziqhakanjiswayo

IKhomishana Yokhetho yaseNingizimu Afrika, ngezinye izikhathi ebizwa ngokuthi iKhomishana Yokhetho, noma ebizwa ngegama layo langaphambilini, iKhomishana Yokhetho Ezimele noma i-IEC, iyindikimba yokuphatha ukhetho yaseNingizimu Afrika, le nhlangano ezimele eyasungulwa ngaphansi kwesahluko sethoba soMthethosisekelo waseNingizimu Afrika.
Usizo ngokubhala

Wamukelekile ukuba ufunde ukuhlela izibhalwa kwiSandbox.

IWikiphidiya ngezinye izilimi

Amanye ama-Wikiphidiya amancane ngeziLimi zaseAfrika

IsiBhunu · Akan · አማርኛ · Bamanankan · Chi-Chewa · chiShona · chiTumbuka · Ɛʋɛ · Fulfude · Gĩkũyũ · هَوُسَ · Ìgbo · isiXhosa · Kinyarwanda · Kirundi · Kiswahili · Kongo · Lingala · Luganda · Malagasy · مصرى · Oromoo · Sängö · IsiSuthu · Setswana · SiSwati · Isindebele · Soomaaliga · Taqbaylit · ትግርኛ · IsiVenda · Twi · Wolof · Xitsonga · Yorùbá ·

(Uma udinga Ama-Wikiphidiya amakhulu, bheka ku-bar esesayidini)

Uhlu lwawo wonke amaWikiphidiya (List of all Wikipedias)