Jump to content

Ingqotho

Kubuya ku Wikipedia
A small canister of metallic powder
ingqotho yensimbi

Ingqotho iyisinqumela esomile esakhiwe izinhlayiyana eziqothiwe eziningana ezomile okulula ukuba zigobhoze ngokukhululekile lapho zixukuziswa noma zitshekiswa. Izingqotho ziyisigaba esikhethekile esiphansi zesithako sokusahlamvu. kwesinye isikhathi zibizwa umqotho noma impuphu.

Izinhlobo

[hlela | Hlela umthombo]

Izimpahla eziningi ezikhiqizwayo zivela zisesimweni sengqotho, njengempuphu yomthubazo, ushukela, ikhofi eligaywe, ubisi oluqothiwe, i-copy machine i-toner, umsizi wesibhamu, imiqotho yezimonyo, kanye imithi ethile. Emvelweni, uthuli, isihlabathi esihle iqhwa, Umlotha wentaba-mlilo, kanye nengqimba engenhla ye-lunar I-regalith nakho kuyizibonelo.