NATO
|
Uphawu | |
|
Ibhayi | |
| Isifingqo |
|
|---|---|
| Usungulo | 4 ngoMbaso 1949 |
| Uhlobo | Umbimbi lwezempi |
| Ikomkhulu | Brussels, Belgium |
| Amalunga |
Imibuso engama-32
|
Ulimi olsemthethweni |
|
UNobhala jikelele |
Mark Rutte[3] |
Usihlalo weKomidi lempi yeNATO |
Giuseppe Cavo Dragone |
UMkhuzi waseYurophu omkhulu |
Alexus Grynkewich |
UMkhuzi Wobumbano omkhulu |
Pierre Vandier |
| Izindleko |
Isamba: 1.588 trillion |
| Isizindalwebu |
nato |
Iculo: "The NATO Hymn" Isiqubulo: "Animus in consulendo liber" | |
INhlangano yeMvumelwano yaseNyakatho Atlantiki (NATO) ungumfelandawonye wamahulumeni wezempi enamalungu angama-32 (ama-30 aseYurophu, amabili aseNyakatho Melika).Isungulwe emuva kweMpi Yomhlabawonke Yesibili mhla kuphawulwa iMvumelano yaseNyakatho Atlantiki nge-1949.Lenhlangano iyiqoqo yezinhlelo yezophepho zamalungu wonke kanye nokunqanda izinsongelo lapho amalungu afunga ukuvikelana uma ilungu lingahlaselwa yisizwe noma iqembu langaphandle.Lokhu kulotshwe esahlukweni sesihlanu emivumelwaneni, elithi inhlaselo eyihlomile kwendawo yelungu elilodwa lizobonwa njengenhlaselo kuwonke amalungu.
Ngenkathi yonke yeMpi Yoshashaphansi, inhloso emqoka yeNATO yayinguku vimba nokuphindisela isongela evele kwuBumbano wamaSoviyethi kanye namazwe eyizungezile ewayebumbe isiSebenzisano saseWarsaw nge-1955.
- ↑ "Final Communiqué". NATO. 17 September 1949. Archived from the original on 6 December 2006. Kulandwe ngomhlaka 2 March 2024.
English and French shall be the official languages for the entire North Atlantic Treaty Organization.
Unknown parameter|url-status=ignored (help) - ↑ "The North Atlantic Treaty" (in i-English). NATO. 4 April 1949. Archived from the original on 14 September 2011. Kulandwe ngomhlaka 2 March 2024.
This Treaty, of which the English and French texts are equally authentic ...
Unknown parameter|url-status=ignored (help) - ↑ "Mark Rutte takes office as NATO Secretary General" (in i-English). NATO. Kulandwe ngomhlaka 2024-10-01.
- ↑ "Defence Expenditure of NATO Countries (2014–2025)" (PDF). NATO.